Usemtholile umaqondana uDJ Mpilo waKwaDukuza

UDJ Mpilo nowaqanjwa abazali bakhe njengo Celimpilo Nhleko wase Gledhow, KwaDukuza usemtholile umaqondana. More >>

Tigers itshengisile kungani iphezulu kwelogi

Liyivule kahle isizini iqembu lebhola leligi yaKwaDukuza iTigers Football Club njengoba bekusathathwe ikhefu lamaholidi kaKhisimuzi. More >>

January 20

Ukushona kowesimame waseGoli esame kulayini wokuyobhalisa ingane yakhe esikhungweni semfundo ephakeme I-University of Johannesburg ngesonto eledlule ikhona okungigqugquzele ukuthi ngibhale ngalokhu. More >>

Sibonga usizo lomphakathi

Okokuqala ngithanda ukubonga wonke umuntu ohlanganyele kanye nathi ekusizeni umndeni wakwa Ngcobo eNkobongo (Siza umndeni oswele ngaloKhisimuzi, Ikhasi 2, Disemba 23, Eyethu) . More >>

Osomabhizinisi babeka imfundo phambili

Osomabhizinisi baKwaDukuza sebephinde bahlanganyela futhi ukuze bathuthukise imfundo kulendawo. More >>

Ungakhohlwa ukuvotela indawo eyigugu kuwena

Umcintiswano we North Coast Big 5 usunamaviki ayisithupha kanti lokho kusho ukuthi sekusele kancane uvalwe. More >>

Masiqaphele amakolishi angekho semthethweni

UNgqongqoshe wamaphoyisa uNathi Mthethwa usehlele umkhankaso kazwelonke wokuqeda amakolishi mbumbulu ahamba nemali yabantu. More >>

IBafana ibambene ne Ghana

Iqembu lesizwe iBafana Bafana idlale ngokulingana nelase Ghana nalapho bembane ngo 1-1 emdlalweni wobuhle obusenkundleni iRoyak Bafokeng eRusternburg ngesonto mhlaka 15 Januwari. More >>

ePaper

Click here to read the printed edition of the North Coast Courier or here to read the Fast Finder.